• Skip to main content
  • Skip to footer

Voices in Africa Publishers

South African Online Bookstore

  • Home
  • The Whitney Series
    • About
    • Books
      • Whitney’s Kiss
      • Whitney’s Escape
      • Whitney’s Fortune
      • ‘n Soen vir Whitney
      • Whitney se Ontsnapping
      • Whitney se Fortuin
      • Uphuziwe uWhitney
      • Ukuqabula Kuka UWhitney
    • Learner Feedback
    • Price List
  • Resellers
    • Resellers South Africa
    • Resellers Namibia
    • Resellers Rest of the World
    • Reseller Invitation
  • Submissions
  • My Account
    • Logout
    • View Cart
  • Media
    • About Whitney’s Kiss
  • Contact Us

Ukuqabula Kuka UWhitney

R229.95

Ufuna ukuba bafunde isahluko esithile isampula? Chofoza lapha.

SKU: WKZ001 Category: Ukuqabula Kuka UWhitney
  • Description
  • About the Author
  • Reviews (0)

Description

Isisu sikal Uhitney sesiyaphenduka manje, usephefumulela phezulu: Ngabe 10 mfana ucabangani kodwa? Intombazana ilangazelela kakhulu ukuqatshulwa ayikaze iqatshulwe ngumfana. Kanti naye uLucky I0 yibhungu elibukekayo, elithandeka kwabaningi. U Whitney naye uyakuthanda ukubonwa ehamba nale nsizwa, nokuba nayo imfune. Wathula du walindela ukubona ukuthi izoqhubekayenzeni . .. ” Ukuqatshulwa kwakhe kokuqala uWhitney yinto angasoze ayikhohlwa.

Indawo yobumsulwa bobungane isithathwa ngumlilo wobusha isivuthevuthe sokuzwakala kothando. Le nto yena uyibona iyinhle kakhulu, kodwa uthisha wakhe ophambili, uNkk. Pillay, uyamxwayisa uWhitney ngokuthi kukhona olunye uhlangothi olungaleyana kwempilo yamajongosana enamalangabi.

UWhitney oneminyaka eyishumi nantathu uzobhekana ngqo nalolo luhlangothi – iminjunju yokulahlekelwa, ukugwazwa ngukukhohliswa kanye nokubaba kokwaliwa. Ubhekana ngqo namaqiniso esandulelangculazi (HIV) nengculazi (AIDS) azithole sekumele athathe izinqumo ezilukhuni ezizoguqula impilo yakhe yonke.

Le ndaba kaWhitney isizinda sayo 0kuseThemba1ethu, eNtsh0nalanga Kapa, iyamnyakazisa umuntu, imfake umfutho, imthathe iyomfaka emongweni wezinto abasha baseNingizimu ne-Afrika ababhekana nazo nsuku zonke. Uhambo 1ukaWhitney yilo sonke okumele siluthathe uhambo olungena emphefumulweni, lapho sithatha khona isinqumo ngalokho okubalulekile kithi, amagugu okumele sibambelele kuwo ekuphileni kwethu.
Othisha bangasebenzisa “Ukuqabula KukaWhitney” nj engengxenye yohlelo lokuvimba nokufundisa nge-HIV/AIDS. Umyalezo wenoveli okuyithemba, ukuqonda nokuzivikela ukhuluma ngokucacile nangomfutho nalabo abasengozini yokutheleleka yilolu bhubhane lwengculazi intsha yethu phela.

Umhlahlandlela KaThisha onemibuzo okungaxoxwa ngayo kanye namaphepha okusebenzela angafothokhopheka kutholakala kubashicileli.

About the Author

Onne Vegter is a teacher and writer with many years experience of working with young people in a multicultural context. As Instructor and later Training Manager at Outward Bound. South Africa, Onne gained first-hand experience of AIDS education and youth development. His concern regarding the AIDS epidemic and its victims grew significantly while he was co-ordinating Outward Bound service projects at an AIDS orphanage in Kwazulu/Natal in the nineties. Onne is an entrepreneur and also manages the Wild Wings Educational Trust, a non-profit educational organisation based in George, where he lives with his wife and three children. Whitney’s Kiss is his first novel in a series of three youth novels about Whitney.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Ukuqabula Kuka UWhitney” Cancel reply

You must be logged in to post a review.

This site uses Akismet to reduce spam. Learn how your comment data is processed.

Footer

 

© 2026 · Voices in Africa